Maz Water Samathunzi – 1l

R29.99

Isiwasho Samathunzi Amnyama
Walala Wasala
Turn your forunes now!!!
And make your dreams come true…

Ithunzi elimnyama liyinduda kakhulu. Lidida ngisho izangoma, izinyanga nabathandazi uqobo. Izimpawu zalo uzibona ngokuthi yonke into othi uyayenza iphelele obala. Akukho nokukodwa okulungayo uma unalo isikhathi esiningi ulandelwa amabhadi, namashwa uze uzibone unsikhwakhwalala. Kanye ungaze uthi into euemuthi ayisebenzi kuwena kwesinye isikhathi uma uwusebenzisa ukusize kulesosikhashana emveni kwalokho izinto zibhede kakhulku kunakuqala athunzi amayama adalwa ikakhulukazi uma kunelanga lomndeni elashonayo wangageza kuba ukushonelwa isoka noma intombi noma umkhwenyana akanye umakoti bese ungagezi. Noma ukuphuuphunyelwa isisu. Noma ukushonelwa ingane encane okanye isihlobo sakho ungazi kokunye lelithunzi kuyenzeka ukuthi kube khona isijlobo sakho noma umkhulu wakho awasala empini ngezikathi zezimpi emandulo, wangageza ithunzi lalomuntu linamanthala kunoma ubani osaphila ukuze qgezelwe uma unalelithunzi ngisho ubudlewane bakho nesithandwa sakho bungashabalala ngisho emesebenzini ugcina ngokuxoshwa uma ukhonzw ukugembula imali yakho icwila icwilile uma ba nebhizinisi liyavaleka kokunye a li gcina ngokuphele kuluke ukuzithola use ngozini yemoto noma yokudubeleka noma ukuboshwa ngeputha noma ukugwaza ngephutha ngoba usuke ulandelwa amashwa.

Volume: 1l

SKU: CVP-000231 Category: Tag:

Description

Directions:

Faka sonke lesisiwasho emanzini ezogeza ngawo socela uthole inyongo yenkhukhu emhlophe nayo uyifake kulawo manzi ozogeza ngawo. Uma usugeza uyakhuluma uthi wonke amathunzi amnyama angilandeleyo nomabhedi manashwa ngithi akusuke eduse kwami kusale ukukhanye. Uma ungakwazi ukusebenzi inyongo yemkhukhu emhlophe ungasebenza imali eyishumi elimhlophe esikhunleni senyongo kodwa inyango ungqo!! nalo ishumielimhlophe liyasebenza uma inyongo ingekho.

Reviews

There are no reviews yet.

Be the first to review “Maz Water Samathunzi – 1l”

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Title

Go to Top