Maz Bath Salt Inyosi

R19.99

Ufuna ukuthandwa uthando ozothandwa ngalo luzoba luningi njengekhekhe lezinyosi luzochichima lube mnandi njengoju lwezinyosi, iphakade lakho ubambo lwakho lwaphakade. Ngisho ufuna nemali eningi kanye nempumelelo kukho konke okwenzayo. Konke kwakhelana mjenge khekhe lezinyosi. Into ephuma lapho kuphuma uju lwezinyosi okuwuthandwa uganwe, ukuthola umsebenzi ophezulu, ama tender anemali eningi, ukugembula, ukuhula kwebandla, ukuyuyhuka kwe bhiznisi.Akuphasa esikoleni, uma u actor noma ungumcili noma umdali wabhola uthandwa udume umhlaba wonke. Njengoba lezinyosi zakhelana ubusuku nemini nezinto zakho ziphindaphindeka kanjalo. Kuyzaiwake ukuthi ngokwesintu esijulile uma uphephe inyosi kuthiwe bewuvakashelwe abadala.

Weight: 350g

Category: Tags: , ,

Description

Directions:
Ngaphambi kokuyhi uyisebenzise le bath salts sicelea uyibike empephweni. Uma ungenayo indlela yokuyibika emsamo noma empephweni sicela okungenani uguqe uyithandazela ucele konke okufisayo nangendlela ofisa ngayo.

Faka two spoon emanzini uwabilise uma sekupholile usungaphlaza ngamanzi angojeke.

Faka izipuni ezintathu emanzizi ubilise ndawonye fakake noma endishini upholise ngamanzi abandayo bese ugeza umzimba wonke.

Ngaleskhathi uphalaza noma ugeza uyakhuluma ucele kwabakini konke okufunayo.

Lokhu ungakwenza zonke izinsuku uma uthanda. Akunamgugomo futhi ungakwenza noma inini. Akukhethile noma usebenza ngamakhambi noma ungu mkrestu akunabungozi futhui akunaminyaka akukhathe bulili. Njengoba nedlozi lithanda wonke umuntu. Qaphela idlozi elisondela kakhulu elzakomalume wakho uzozibonela izibusiso elizokubusisa ngazo selilekelelwa elankini. Ayike la sivala abantu imilomo.

Title

Go to Top