Maz Salt Amagundwane

R19.99

Umcebo ushesha njengamagundwane emali. Uma khonze ukugembula, ukufuna umsebenzi, ukuthuthukisa ibhizinisi lakho imali ingene ibe ningi, ukuthandeka nomakuthandwa ngabantu, ukuganwa, ukukhushulelwa esikhundleni esikhundleni esiphezulu, ukuba nemali eningi engapheli. Ngale bath salts izinto zakho zishesha njegamagundwane. Ngakho ke sekuyisikhathi sokuthi uhlukane nokuhlupheka UPHILE IMPILO EMNAND nentofontofo. Le bath salts uthakwe nangama khambi ajulile ase malawi kwi village yase Phalombe eduze nentabakazi yezimanga ebizwa ngokuthi isemulanje lapho ukwenziwa khona imilongo yangempela. Le bath salts izovula zonke izinhlanhla zakho owawuzalwe naz. Baphinde nabakini abangasekho kanye nabakomalume wakho bedlulisele kuwe izinhlanhla zabo abanazo besaphila sekukuwe ukuthi wenzani ngemali abazokupha yona njengoba konke kuzobe kushesha futhi kuphithizela njengamagundane emali. Umehluko lana akunagundane ozolifuya. Futhi asikuthwalisi inkolo yakho noma ngabe ungu mkrestu noma ukhonza kweiliphi ibandla noma usebenza ngamakhambi. Noma gabe ufuna ibandla lakho ligcwale noma ebhizinisi lakho kuphitizele noma unehlangano ufuna kujoyine abantu abaningi. Ungasweli umsila ngokuyalezela yithole manje le bath salts ushintshe impilo yakho.

Weight: 350g

Category: Tags: , ,

Description

Directions:
Faka izipuni ezimbili emanzini ozophalaza ngawo, ngalesikhathi uphalaza ucela konke okufisayo.
Faka izipuni ezine emanzini ozogeza ngawo, ngaleskhathi ugeza usho konke okufisayo

Lento uyiphindaphinda uze ubone umehluko empilweni yakho. Nami nje uqobo lwami ngingu bab uzulu angihlukani nale bath salts. Iningi labantu eselisizakele livele lithi uma selisizwe ile bath salts bese lithi seliyitholile imfihlo yami yokumotha. Nawe awuke uyizame ngeke uzisole.

Khumbula kunoma yini ofuna ukuyenza enfenisa imali sebenzisa le bath salts ukhulume usho konke okufisayo ukucele kubadala bakini abangasekho. Bona ke bazokuphendula ngokushesha ngoba kuzobe kuzobe sekukhona ukuhumana okuthize phakathi kwakho nabo nixhunyaniswa ile bath salts nexokwena izinto zakho zisheshe futhi ziphithizele.

Go to Top