Inqaba Yembube Intelezi – 300g

R34.99

Lentelezi isiza ekulweni nomoya ababhi nabathakathi abulthumela ngemithi emibi ehamba nesilwane esenza ningazwani ekhaya niwumndeni nihlale nixbana nodwa

Ibulala imithi emibi abayifaka egcekeni iphindisele isilwane kumnikazi waso

Lentelezi yenza ukuthi umuntu okwenza okubi avele obala aphaluluke

Iyasiza mawunezitha namemsebenzi ezihlangene ngawe nefuna nkuxoshisa emsebenzini iyazihlakaza izithazakho kuxoshwe zona zixabane zodwa izitha

Iyasiza mane nkinga yemali enggahlali esandleni

Iyasiza nasemabhizinisini ixosha imoya emibi eval imali.

Volume: 300g

SKU: CVP-000639 Category: Tag:

Description

Instructions:

Ikha 3 spoon ufake elu 5 litre uchele endlini nasegcekeni uyakhulima mawuchela usho ofisa kweneke 1 spoon phalaza, 1 spoon kholobha endlini, 1 spoon mawugquma

Ikha 1 teaspoon uthele esandleni mese ukhuluma nalomuthi uthi ingigadlqyo nongithwebulayo akubuyele kuyena bese uyaphepheta.

Reviews

There are no reviews yet.

Be the first to review “Inqaba Yembube Intelezi – 300g”

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Title

Go to Top