Inqaba Yembube Ukhamba Lokubuyisa Idlozi

R54.99

Lolukhamba lubuyisa idlozi melaphumela ngaphandle kwekhaya laduba ikhaya ngenxa yomsindo owaba sekhaya noma inxabano eyaba sekhaya noma inxabano eyaba khona emndenini kwaze kwadinwa idlozi laphumela ngaphandle kwekhaya.

Volume: 300g

Description

Thata ibhakede elu 5 litre, faka amanzi khanyisa amakhandle awu 7 blue, yellow, white, pink, green no red. Phahla ngempepho upathathe inukukhu emhlophenzie ngesandla. Ukhulume uthi nayi imbuziyenu emhlophe emaphikophiko, engimigangayo ukhambalwenu lokinibuyisa ekhaya. Khipha inyongo uyifake okhambeni oluku 5 litre bese uphala ukhamba ucele konke okuhle okufisayo celela abangaganiwe ukuthi beganwe, celela abangasebenzi, celela abangawutholi umendo bethole umnendo. Cela kubantu abadala mawuzophlaba okhambeni konke okufisayo okuhle. Njalo mawozophahla ngalolukhamba ukhanyisa izibani, mawuqeda ukuphahla uyazicima izibani, ngosuku lwesithathu ukhanyisa izibani zize ziphele. Uphahla 3 days ngalolukhamba.

Title

Go to Top