Inqaba Yembube Ukhamba Lokugeza Idlozi

R44.99

Ukhamba olugeza idlozi umalincolile noma abantu abangasekho abahamba bengageziwe ababefe ngezigozi bangagezwa siphinde sigeze nemimoya yabantu abafa besemagobongweni nabahambabegcobe ibomvu nemicako.

Volume: 250g

SKU: CVP-000970 Category: Tag:

Description

Khanyisa izibani eziwu 7 mazo qunga lolukhamba no uzolushaya ukhulumenalo. Maqeda ukusebenzisa lolukhamba uyzicisha izibani. Ngosuku lwesithathu ukhanyisa lezibani ubuku bonke zizeziphele.

Imibala yezibani ezisetsenziswayo, uBlue, uYellow, uGreen, uWhite, uRed, uPink.

Ikha 3 spoon ufake ebhakedeni elinamanzi bese ubylala inkhukhu emhlophe ufake igazi nenyongo bese uqunga lokuhamba ukhulume uthi nina bakomalume nabhakithi ngiyanigeza namhlanje gezekani nize seniwukukhanya Kimi nivule inhlala, bese ukha inkhomishi ezintathu ufake ebhakedeni elinamanzi uyogezela ngaphandle kwegceke noma emfuleni ohambayo bese uphalaza 3 days ngalolukhamba olunenyongo negazi.

Reviews

There are no reviews yet.

Be the first to review “Inqaba Yembube Ukhamba Lokugeza Idlozi”

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Title

Go to Top