Siyini Isilwane Esithunyelwa Ngephupho
Ilapho owesilisa okanye owesifazane ephupha ezithokoszisa ngocansi zaze afike kuvuthondaba, kokunye aphaphame engakafiki. Isikhathi esiningi kuyaye kube umuntu onomona noma imbangi ekuphosa isilwane. Leliphupho liphenduka isilwane ophila naso esihlalele ukudibhiza konke okuhle okuzamayo. Siohenduka isichitho phakathu kwakho nothandana naye nizithole senihlale nixabanajalo kwesinye isikhathi aze akubeke isandla kokunye aphenduka ibhubesi abe nolaka noma nenhlizoyo encane engathi angakuthimisela ngamathe. Avele akunyanye uma nisocansini angakuzwa kahle kwesinye isikhathi akujolelelento exakile. Phela lesilwane sinesikhwele sifuna kubuse sona ingakho imizi
eminingi idivosa ubuthaphuthaphu nezithandani ziklukana mihla namalanga. Abanye lesilwane sibenza babe nesikhwele esixakileuma nje wasola into encane usevulela ngenhlamvu noma azibulale noma isithandwa sakho sikuthumele nge court order ukuthi ungbe usasondela eduze kwakhe. Kwabesifazane ubabona ngokuhlala bevuza amanzi esithweni sangasese. Kanti abesilesa basheshe bafike kuvutho ndaba (bakhathale) uma besenkonzweni yasekaamelweni.
Volume: 100ml
Reviews
There are no reviews yet.