Maz Idliso Locansi

R89.99

(2 customer reviews)

Bamba isithandwa sakho singanyakazi singayi ndawa ngokuthi usidlise ngedlela emnandi ewuthula msindo ezwe wena wedwa.
Volume: 50g

SKU: CVP-000262 Category: Tag:

Description

Directions:
Ikha lomuthi ngespuni lesi odla ngaso ukudla ukhe ngaso lomuthi ungaeafaka emanzini enge glass noma usebenzise udrink obizwa ngokuthi ilemon twist ayi enye idrink ukuphuze ngelanga onesiginiseko sokuthi nizoya ocasini nesithandwa sakho ungaphuze ekseni uma nizoya ntombama noma ebusuku. Ukulala kwenu uyobeke usumdlisile kusukela laphoke uzozwa wena akwenzele konke okufunayo kanti lomuthi uyageza nangwo isitho sangasese ngaphandle kuphele.
Uma uzogeza ngawo ungaqale ugeze umzimba wonke ngensipho bese kuthi uma usuqedile bese uphinda ugeza kabusha isitho sakho sangasese kuphela ingaphandle laso kuphele, ugafaka uhhafu we teaspoon endishini emanzi udumele alingene bese ugeza. Ngaphambi kokuthi uye ocasini nesithandwa.

2 reviews for Maz Idliso Locansi

  1. Gugu (verified owner)

    The best

  2. Nosiphiwo Peter

    Thanks

Add a review

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Title

Go to Top