Maz Water Phinde Muva – 1l

R29.99

Koze kube nini udlala izimfa mona uyalungisa ngala ngapha ziyamosha ziyabhidliza. Koze kube nini imali yakho iphelela ezinyangeni nakubathandazi uzama ukulungisa izinto zakhoezoniwa ngamasibomu abantu abanomona abangafisi ukukubona uphumelela ujabule abalwa nokukucekela phansi ngazo.

Zonke izindlela imvamisa yalabobantu kuba izimbangani zakho ezingafuni ukukubona niphila kakhe nesithandwa sakho noma umdeni wakho bese besebenza izichitho ukuze nihlukane noma uzondwe ngabantu bakuphendukele babe izitha zakho noma uphelelwe umsebenzi ngendlela engaqondakali noma bakuthumelele ngesilwane ukuphazamisa impilo yakho ngifuna ukukutshela ukuthi noma yini  abazama ukuyenza kuwena wmbi izo phindela emvu ujengoba injalo noma yini abafisa yenzeke kukwena embi usisongela yena, oqalekisa ibheji elibomvu ozibekela yena ngifisa ukukushela ukuthi namhlanje usuphumile ezingkingeni zanoma uluphi uhlobo lokuhlushwa izimfa mona noma abathakathi wena awenzi lutho ilesisiwasho esezokulwela akunabungozi uzivikelekile.

Volume: 1l

SKU: CVP-000232 Category: Tag:

Description

Directions:

Siyagquma, siya geza uma u gcina ubilisa amanzi ngebhodwe bese ufaka sonke lesisiwasho namanzi kubile ndwonye uma uthanda ungfaka nezinaliti noma amarezazakubile ndwanye. Uma sekubila usuya gquma umo usugquma uyakhuluma uthi konke okub abakwenza kimina ngithi akubuyele kubano noma akubuyele emumva. Phinda phinda lawo mazwi. Uma usuqede ukugquma thulule endishini ugeze ngesikhathi ugeza uyakhulisho ukuthi ngithi kouke abakwenza kumini noma abakuklulma kabi ngami ngith akubuyele kubona uma wenza njalo uyobe uqedile.

Shake well before use.

Reviews

There are no reviews yet.

Be the first to review “Maz Water Phinde Muva – 1l”

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Title

Go to Top