-
Uthandwabantu usanodumo masebenza ngabantu usanenhlanhla yemali uqinisa uthathando kumlingazni wakho abheke wena angabanani abanye uthandwa ngabaphathi bhako lapho osebenza khona qeda kungazwani emndemini wenza umdeni uthandane uqondisa nedlozi malikuflathela lingakulandeli nxawuhamba nomalingakuvikelo engozini wenza abantu seyalelane ngokuthi basizakala kuwena masenza ngabantu uxosha amashwa okuzondwa ngabantu noma ungxabene nabo. Uthandwa nabelungu ubanezesheli uthandwa ngabantu sesifazane mawuyinsizwa. Volume: 300g -
Isiwasho sabafundi. Isiwasho esisiza ingane enomqondo ovilaphayo esikole enenkinga yokuphinda ama class efeyilayo, enomqondo ovilaphayo esikole ongasheshi ukubamba ezifundweni lesiwasho siqaqa umqondo engane ihlakaniphe esikoleni. Lesisiwasho sihamba nombhemiso osiza ingane ukuze ihlakaniphe esikoleni, umbemiso ulungele ukubhenywa ingane eneminya eqala ku 6 years ubudala muhlekakhulu umbemiso enganeni mesencane ikhula inomqondo osheshayo mawuzoyi bhemisa isencane. Volume: 300g