-
Ibolisa yonke into engalugile eyambelwa egcekeni lakho ngabathakathi ukuze izinto zakho zingalungi ezinjengo (thando nokuthi imali iphelele ezandleni ungakutholi ukujabula). Iphinde ixoshe imimoya emibi. Izilwane, amaphupho amabi, ukucindelezeka ebusuku, ukuqwasha. Iyakwazi futhi ukukulwela nezitha zakho. Ukuba nayo nje ekhaya kuyisibusiso esikhulu ngakho ithole manje. Volume: 100g -
Iba nogazi uthaqndwe abantu uphumelele kunoma yini oyifisayo. Noma yini oyenzayo iyagqama. Kugqama elakho wedwa ibhiznisi kuma bhiznisi enibanga nawo endaweni akukhathalekile noma uhlobo luni lwebhiznisi boze bathi uthwelw kanti cha uthole impande yangempela yangempela ungqo. Ngisho ufuna umsebenzi kuzoqama wena phakathi kwabaningi. Ngisho kuthiwa isithandwa sakho sikubhanqe nabantu abaningi kepha sigqanyelwa uwe weswa. Kugqama wena wedwa kumona yini oyenzayo futhi kulula ukuphumelela ngoba uhlezi unenhlanhla ngisho yokuphiwa imali, yokuththukisa ibhizinisi, tokuqashwa. Yokukhushelelwa isikhundla emsebenzini kanye neyokuganwa, ukuthola ama tender, ukuphasa esikoleni, ukuthola itrip ezokuyisa phesheya kwezilwandle wena wena nesi nqanda mathe sakho kokunye ungakhokhanga ngisho i cent. Uthandwa nangabelungu abamhlophe imbala. Ngisho idlozi likubona ukude kuthi noma kade ungavelelwa ingozi lisheshe liyigweme. Ngisho emndenini wakho idlozi ligqanyelwa uwena liza kahle lizokupha izinhlanhla kokunye mhlampe bezicelwe abozalo lakho noma ngayiphi indlela kodwa idlozi lizovele lezonhlanhla lizoziletha kuwe. Lendlela ayinbungozi futhi akudingi ukuthi uze uhlabe ukuze uphumelele. Kuphela nje sikhulumisa impande ikhulume yenze lento oyifisayo. Weight: 350g -
Out of stock
Volume: 100g -
Out of stock
Volume: 100g -
Luyisi Bambelelo sothando. Umubamba ngqi Lenza ushise bhe kowakwakho. Uvuthe amalangabi. Livusela nemizwa ubabe ekamelweni ongathi otinyelwe izikhonkwane. Niba nomandla nobabi omngalisayo niyithokozele ngokufana inkonzo yasekamelweni. Nifike kanye kanyenakuvuthondaba. Isithi sakho sangasese siqina sibe uGodo. Somekwe engathi asikaze sithintwe ngumuntu. Ongazi angafunga ukuthi useyintombi nto. Owelilisa wakho ngeke aphinde abeleke noma aqonywe ngezinye izintombi. Uma ethi uzama ukuyolala nezinye izintombazane induku yakhe izovele ikathele. Angcine ngokubuka kuphela. Kodwa umaseza kuwena iyovuka qinqo. Ngeke aphinde amuzwe omunye umuntu ngaphandle kwakho ngako qinisa uthando iwenu. Ngo Thando No1 Volume: 30g -
Koze kube nini udlala izimfa mona uyalungisa ngala ngapha ziyamosha ziyabhidliza. Koze kube nini imali yakho iphelela ezinyangeni nakubathandazi uzama ukulungisa izinto zakhoezoniwa ngamasibomu abantu abanomona abangafisi ukukubona uphumelela ujabule abalwa nokukucekela phansi ngazo. Zonke izindlela imvamisa yalabobantu kuba izimbangani zakho ezingafuni ukukubona niphila kakhe nesithandwa sakho noma umdeni wakho bese besebenza izichitho ukuze nihlukane noma uzondwe ngabantu bakuphendukele babe izitha zakho noma uphelelwe umsebenzi ngendlela engaqondakali noma bakuthumelele ngesilwane ukuphazamisa impilo yakho ngifuna ukukutshela ukuthi noma yini abazama ukuyenza kuwena wmbi izo phindela emvu ujengoba injalo noma yini abafisa yenzeke kukwena embi usisongela yena, oqalekisa ibheji elibomvu ozibekela yena ngifisa ukukushela ukuthi namhlanje usuphumile ezingkingeni zanoma uluphi uhlobo lokuhlushwa izimfa mona noma abathakathi wena awenzi lutho ilesisiwasho esezokulwela akunabungozi uzivikelekile. Volume: 1l -
Isiwasho Samathunzi Amnyama Walala Wasala Turn your forunes now!!! And make your dreams come true... Ithunzi elimnyama liyinduda kakhulu. Lidida ngisho izangoma, izinyanga nabathandazi uqobo. Izimpawu zalo uzibona ngokuthi yonke into othi uyayenza iphelele obala. Akukho nokukodwa okulungayo uma unalo isikhathi esiningi ulandelwa amabhadi, namashwa uze uzibone unsikhwakhwalala. Kanye ungaze uthi into euemuthi ayisebenzi kuwena kwesinye isikhathi uma uwusebenzisa ukusize kulesosikhashana emveni kwalokho izinto zibhede kakhulku kunakuqala athunzi amayama adalwa ikakhulukazi uma kunelanga lomndeni elashonayo wangageza kuba ukushonelwa isoka noma intombi noma umkhwenyana akanye umakoti bese ungagezi. Noma ukuphuuphunyelwa isisu. Noma ukushonelwa ingane encane okanye isihlobo sakho ungazi kokunye lelithunzi kuyenzeka ukuthi kube khona isijlobo sakho noma umkhulu wakho awasala empini ngezikathi zezimpi emandulo, wangageza ithunzi lalomuntu linamanthala kunoma ubani osaphila ukuze qgezelwe uma unalelithunzi ngisho ubudlewane bakho nesithandwa sakho bungashabalala ngisho emesebenzini ugcina ngokuxoshwa uma ukhonzw ukugembula imali yakho icwila icwilile uma ba nebhizinisi liyavaleka kokunye a li gcina ngokuphele kuluke ukuzithola use ngozini yemoto noma yokudubeleka noma ukuboshwa ngeputha noma ukugwaza ngephutha ngoba usuke ulandelwa amashwa. Volume: 1l