• Lesiwasho sizokwenza akuthande kakhulu Akubone ufanelwe ugumshado Ukulobola sebekhulume konke ame nawe Ubenogazi sisusa isimnyama nesidina uthandeke Ibuyisa intombazane ithi thaqa Volume: 300g
  • Thandeka Ubenogazi Thola umsebenzi Kuvueke Nezinhlanhla Ushelwe uqonywe Mawukhuluma uzwakale Nezimali ezavaleka
  • Noma ugembula uba nenhlanhla Sikuxhumanisa nabadala ucele okudingayo Uphuma phambili kuma interview's, uthole isikhundla nasemsebenzi Uquma eningini sidonsa inhlanhla Uma ufesa uphuma phambili Nasemacaleni uphuma phambili. Volume: 300g
  • Unenkinga yokungathandeki? Unesidina kubantu nasemebenzini? Uyachicha unezinduna ebusweni? Uhanjwa ukhuphe ebusweni? Vele usijhabhise isitha sakho sikubone uphumelela phambikwaso ubenogazi uthandeke. Volume: 300g
  • Imali iyazizela Uphiwa imali nangungoqo Uma unebhizinisi lihlezi limatasa ezaval Kuqaqeka izimali zakho ezavaleka Noma ugembula uba nenhlanhla Volume: 300g
  • Amafutha axosha isilwane noma utikoloshe olala nawe ebusuku uziphuphe wenza ucansi, xosha isilwane esivala inhlanhla yemali. Volume: 100ml
  • Lenza owesifazane akuthande engafisi ukulala nomunye umuntu wesilisa ngaphandle kwakho lenza owesifazane akuthobele akulalele akuhloniphe niba ngamathe nolimu nowakwakho nihlukaniswa ukufa. Volume: 100ml
  • Uthandwabantu usanodumo masebenza ngabantu usanenhlanhla yemali uqinisa uthathando kumlingazni wakho abheke wena angabanani abanye uthandwa ngabaphathi bhako lapho osebenza khona qeda kungazwani emndemini wenza umdeni uthandane uqondisa nedlozi malikuflathela lingakulandeli nxawuhamba nomalingakuvikelo engozini wenza abantu seyalelane ngokuthi basizakala kuwena masenza ngabantu uxosha amashwa okuzondwa ngabantu noma ungxabene nabo. Uthandwa nabelungu ubanezesheli uthandwa ngabantu sesifazane mawuyinsizwa. Volume: 300g
  • Ibutho lempi elinamandla: elilwa neziphoswa ngazo liyacupha: mazocupha thata inkukhu ebomvu uyifunze lelibutho mese uyigwaza ngezinaliti ngaphansi kwa maphiko mese uyisonta intamo uyibulale, sika kancane izinwele zakho uzifake emlonyeni wenkukhu bese ukhipha inyongo yenkukhu uyifake ebhakedeni elinamanzi elungu 5 litre bese uthela 2 spoon wentelzi Yenqaba Yembube no 2 spoon walelibutho ufake ebakedeni elinyongo bese uya esidulini ufike usivule isiduli ufake inkukhu namakhandlela amabili elimbomvu nelimnayama uwagcobe ngegazi lakho olikhiphe ovalwe bese uyawalayitha amakhandlela womabili usigxamalazele ukhulume uthi bonke ababiza igamalami kabi abangigadlayo nabangitwebulayo akubuyele kubona afunangife akufenyena ongifunayo uzongithola la mase uthatha ibhakede elinenyongo nentelezi nebutho ugezele phekwesiduli uzithele kusuka ekhanda kwehlengomzimba kuyongena esidulini. Bese uyagqoka uhambe ungabheki emuva mafika thatha ikubalo lokuqina leNqaba Yembube ugcabe uqine kuze ungagadleki. Volume: 300g
  • Sikhafulo sokubuyisa ozwana naye naye sekwalile. Thatamanzi olwandle uwafake eniphini abengu hhafu mese ugcwalisa ngamanzi ahlanzekile ufake neconsi lomchamo wakho. Volume: 150g
  • Isiwasho esibulala imithi emibi esegazini okanye owagcatswangayo umuntu owayethi uakwelapha kanti uyakuphambanisela ukuncolisela idlozi kuze likuphendukele likwakhele amashwa izinto zakho zingalungi. Volume: 300g
Go to Top