• This product is 100% herbal mixture, which has natural antioxidants to help you boost your immune system to fight against sugar diabetes, ulcers, atheratics, piles, headaches, dizziness, glands, fatique, cancer, stroke, bp, tb, oral thrush, heartburn, kidney problems, increase your appetite, sweating at night. Volume: 1l
  • Uma ufisa ukuphila kamnandi othandweni ushaywe umoya omnandi isithandwa sakho kube esakho wedwa ngisho ngabe asikho eduze kwakho lesisiwasho sikwenza ukhululeke ugcwale ubhavu. Akukho mfihlo azobanayo yonke into uzokutshela njengoba injalo ngoba lesiwasho siyagobana. Uma sisibongela sithi inyokana ehlazaza uma bona abulawe ithambo elihlaba elihlaba elimzondayo umgobi wezinsizwa nezintokazi ezingaziphethe kahle, laisithandwa sakho sizolunga siqonde thwi siziphathe khale unomphela. Ngakho hlukana nokudlala abanakwenumuntu wakho kuzoba umuntu wakho wedwa. Futho ngeke akugangele akabe esamucabanga omuye umuntu. Lesiwasho singkusiza kakhulu nokuthi ukuqala umndeni wakho umusha ofudumele. Weight: 350g
  • Isiwasho Somndeni Sokuthula Noxolo Nempumelelo Siqaqa ukhiye wokugcina lesi-siwasho sishanela bonke ubumnyama, amabhadi, izibophe, izi qalekiso, imidlizo, izifungo, ubugqila, nezinkathazo. Sizoletha ukuthula ekhaya umndeni uyeke ukuphila ngokungezwani. Sizoletha impumelelo ekhaya niphile kamnandi nagokunethezeka. Sekuyisikhathi senjabulo soku qala impilo entsha nemnandi onezibusiso zabadala (abangasekho). Babuya bonke bakubheke, bakukhanyisele bakunikeze konke akufunayo bemunye. Ngoba basuke sebegezile ukugeza kwakho ngalesi - siwasho kugezeka nabo uqobobesebeyahlangana. Volume: 1l
  • Hey!! Ostarnoma izimbangi zakho zizovoveka inkani. "Kuphela ukusa" Ngeke esamfisa omunye. Usezobheka wena wedwa. Ukuxabana, nokunciki selewa nokuthi akujolele kuzophela nya!! Senziophila kamnandi. Uma ebona wena uzohlezi emamatheka sengathi ubona ingelos (Engel) nishada bethanda bengathandi uma ubungakashadi. Volume: 100g
  • Isiwasho Sothando Uthando Luvutha bhe!! Nize nigugelane engowakho wedwa. Ushada bethanda bengathandi uma ubungakashadi. (Osta bhako noma izimbanigizakho) Basala bencela izithupha. Silungele ukusetshenziswa abesilisa nabesi fazane. Niphila kamnandi. Volume: 500ml
  • "WALALA WASALA" TURN YOUR FORTUNE AROUND AND MAKE YOUR DREAMS COME TRUE" Amanzi abusiswe angashintsha impilo yakho ngoshesha asiza kakhulu uma ukhonzen icassino, amahhashi, ilotto, nemincintiswano enhlobonhlobo. Aphinde abe usizo noma ufuna ukuthola umsebenzi noma ukuthuthukisa ibhizinisi lakho likhule ngesivinini. Aphinde akwenze uthandeke emphakathini. Axoha imimoya emibi ekhaya akuvikele nasezitheni zakho. Uma unalamanzi impumelelo isisezandleni zakho wazame manje ageke uzisole Volume: 500ml
  • Uzobhema ukholwe!! Ibhizinis lithuthuka ngesivinini. Uma ukhonze ukugembula ubanempumelele. Ukuthola umsebenzi. Noma ukukhushulelwa isikundla ukuphasa esikoleni. Uthandeka kubantu. Ubanenhla ngayo yonke indlela. uPhumelela kukona konke okufisayo umavula kuvaliwe noma kubhejwe kanjani kuthiwa ngeke uphumelela noma bekuvalile kumnayma kubomvu umehluko uzowubona. Okumnandi ubanesi-thunzi esihle phenduke umhlonishwa ibhadi. Isinyama noma isidina kusala eceleni. Volume: 100g
  • Ibolisa yonke into engalugile eyambelwa egcekeni lakho ngabathakathi ukuze izinto zakho zingalungi ezinjengo (thando nokuthi imali iphelele ezandleni ungakutholi ukujabula). Iphinde ixoshe imimoya emibi. Izilwane, amaphupho amabi, ukucindelezeka ebusuku, ukuqwasha. Iyakwazi futhi ukukulwela nezitha zakho. Ukuba nayo nje ekhaya kuyisibusiso esikhulu ngakho ithole manje. Volume: 100g
Go to Top