• Ukhamba lokubuyisa inhlanhla mawa valwa inhlanhla noma wathwetsulelwa izipho zakho owazalwa nazo ngenhloso yokuthi bafisa ukusebenza ngesiphiwo sakho. ufaka lonke lolukhamba ebhakedeni eluwu 5 litre. Bese abulalal inkikhu emhlophe ufake igazi nenyongo kulolu khamba. Bese faka ishumi lihlale kulolukhamba oluku 5 litre. Ukhanyisa ibani eziwu 4 bese uqunga lolukhamba ukhulume uthi Nina bakomalume nabakithi ngicela ningibuyisele inhlanhla eyavalwa imfamona ezifuna ngingaphumeleli ngicela ningilandele inhlanhla eyathwetsulwa kimi akubuye inhlanhla yemali, inhlanhla yomsebenzi inhlanhla yemfuyo nakhokonke engazalwa ngifukumbethe ningikhanyisele endleleni zami zokuphila emagumbini amane omhlaba ngicela ukhanya ngicela inhlanhla ngiphumelele. Izibani ezisetsenziswayo blue, yellow, green, white. Volume: 250g
  • Yenza ukuthi uma ufuna izinto zakho zivuleke Yikho Siyibiza ukuthi vulakuvaliwe geza ngayo. Kusho ukuthi zonke izintozakho zivuleke umphemelele Volume: 100ml
  • Ibutho lempi elinamandla: elilwa neziphoswa ngazo liyacupha: mazocupha thata inkukhu ebomvu uyifunze lelibutho mese uyigwaza ngezinaliti ngaphansi kwa maphiko mese uyisonta intamo uyibulale, sika kancane izinwele zakho uzifake emlonyeni wenkukhu bese ukhipha inyongo yenkukhu uyifake ebhakedeni elinamanzi elungu 5 litre bese uthela 2 spoon wentelzi Yenqaba Yembube no 2 spoon walelibutho ufake ebakedeni elinyongo bese uya esidulini ufike usivule isiduli ufake inkukhu namakhandlela amabili elimbomvu nelimnayama uwagcobe ngegazi lakho olikhiphe ovalwe bese uyawalayitha amakhandlela womabili usigxamalazele ukhulume uthi bonke ababiza igamalami kabi abangigadlayo nabangitwebulayo akubuyele kubona afunangife akufenyena ongifunayo uzongithola la mase uthatha ibhakede elinenyongo nentelezi nebutho ugezele phekwesiduli uzithele kusuka ekhanda kwehlengomzimba kuyongena esidulini. Bese uyagqoka uhambe ungabheki emuva mafika thatha ikubalo lokuqina leNqaba Yembube ugcabe uqine kuze ungagadleki. Volume: 300g
  • Ukhamba olugeza idlozi umalincolile noma abantu abangasekho abahamba bengageziwe ababefe ngezigozi bangagezwa siphinde sigeze nemimoya yabantu abafa besemagobongweni nabahambabegcobe ibomvu nemicako. Volume: 250g
  • Maz Inqama – 1l

    R89.99
    Akudabuli sifo la!! noma ngabe sicashe kangakanani noma kuthiwa eseminyaka noma ngabe sinenkani uma usuthole lelibodlela usuinqobile uzobangumqemane. Yelapha ushukela, amathambo, umhluma, izinyawo ezibu- hlungu, izindlala, izinso, istroke, boost immune system, umzimba omubi, ibuyisa amandla, ukukhohlwa kalula, ukungboni kahle emehlweni, isiyezi, isilungelela, ukujuluka, iphika, yenza uthande nokudla, ibhande, ikhanda elingapheli, ibuyisa - nemizwa. Volume: 1l
  • Amafutha axosha isilwane noma utikoloshe olala nawe ebusuku uziphuphe wenza ucansi, xosha isilwane esivala inhlanhla yemali. Volume: 100ml
  • Yenza ubukeke lapho Uhambakhona Abanogazi undlule wonke umuntu Uphumaphambili ngisho nakwisthandwa sakho Volume: 350g
  • CVP Itshe Abelungu Purple – Lavender

    Price range: R10.99 through R54.99
    A lovely, relaxing and soothing, lavender scented bath water additive, used to attract positive energy and a clean aura. Hand made with love and happiness just for you... Volume: 300g
    Select options This product has multiple variants. The options may be chosen on the product page Details
  • Isiwasho Lotto Khuphula amathuba ukubona izinombolo eziwinayo. This magic salt may assist you with seeing the winning lottery numbers... Increasing your chances! Volume: 300g
Go to Top