-
Lentelezi isiza ekulweni nomoya ababhi nabathakathi abulthumela ngemithi emibi ehamba nesilwane esenza ningazwani ekhaya niwumndeni nihlale nixbana nodwa Ibulala imithi emibi abayifaka egcekeni iphindisele isilwane kumnikazi waso Lentelezi yenza ukuthi umuntu okwenza okubi avele obala aphaluluke Iyasiza mawunezitha namemsebenzi ezihlangene ngawe nefuna nkuxoshisa emsebenzini iyazihlakaza izithazakho kuxoshwe zona zixabane zodwa izitha Iyasiza mane nkinga yemali enggahlali esandleni Iyasiza nasemabhizinisini ixosha imoya emibi eval imali. Volume: 300g