-
Lesi isikhonkwane obethela ngaso isithandwa sakho. Ukuze kube uwe ungasibangi namuntu. Uthando lukhula ngokushesha nsukuzonke. Lomuthi utidliso laphansi okumele isithandwa sakho siweqebese kyqala ungalokuthi umdlisile ngaphezulu. Usebenza njengomeqo. Uyeqiwa kuphela umanje eke weqa lapho umvuvuzele khona usumunqobile usezozwa wena unomphelo uthando iwenu lube mnandi. Ushade nokushada uma ubungashadile usetsheziswa abesilisa nabesifazane. Volume: 25g -
Out of stock
Volume: 100g -
Ibolisa yonke into engalugile eyambelwa egcekeni lakho ngabathakathi ukuze izinto zakho zingalungi ezinjengo (thando nokuthi imali iphelele ezandleni ungakutholi ukujabula). Iphinde ixoshe imimoya emibi. Izilwane, amaphupho amabi, ukucindelezeka ebusuku, ukuqwasha. Iyakwazi futhi ukukulwela nezitha zakho. Ukuba nayo nje ekhaya kuyisibusiso esikhulu ngakho ithole manje. Volume: 100g