• Siwasho Sokuhlola sibhulasiyahlola. Volume: 100g
  • Siqeda nya ngomnakwenu unuka iqaqa ebe nesidina nesicafa kumuntu akho engathi angavele amufele ngamathe amnyanye. Kepha wena uphenduka ingelosi kumuntu wakho akuthande akubhubha. Awuconsi phansi kuye. Ukuphathisa okweqanda lenkukhu uba yiyo yomke into kuye. Bo sisters nam bobabazi nangabe nisazithamisa. le bath salts ididiyelabe nangamakhubalo ase Mozambique, Malawi (Emulanje) nase Phalombe. uFodo Finish bath salts uphinde wenze nesikhumba sakho sibe sihle ube ngazi uthandwe abantu bakuhloiphe. Volume: 350g
  • Yenza ubenezinhlanhla ISusa ithunzi elibi Nsinyama Uphumelele Nemali iyazimgenela Ugeza ngayo Volume: 350g
  • Senza ukhuthi abantu bakuthande babheke wena wenda noma ikuphi lapho uhamba khona babheke wena kuphela bonke abantu Volume: 350g
  • Umhlabelo wamathambo olapha ithambo eliphukile noma umthungo mwahlinzwa Lomhlabelo uhlumisa ithambo uphinde ulihlanganisa Volume: 300g
  • Lolukhamba lubuyisa idlozi melaphumela ngaphandle kwekhaya laduba ikhaya ngenxa yomsindo owaba sekhaya noma inxabano eyaba sekhaya noma inxabano eyaba khona emndenini kwaze kwadinwa idlozi laphumela ngaphandle kwekhaya. Volume: 300g
  • Isiwasho sabafundi. Isiwasho esisiza ingane enomqondo ovilaphayo esikole enenkinga yokuphinda ama class efeyilayo, enomqondo ovilaphayo esikole ongasheshi ukubamba ezifundweni lesiwasho siqaqa umqondo engane ihlakaniphe esikoleni. Lesisiwasho sihamba nombhemiso osiza ingane ukuze ihlakaniphe esikoleni, umbemiso ulungele ukubhenywa ingane eneminya eqala ku 6 years ubudala muhlekakhulu umbemiso enganeni mesencane ikhula inomqondo osheshayo mawuzoyi bhemisa isencane. Volume: 300g
  • Isiwasho esibulala imithi emibi esegazini okanye owagcatswangayo umuntu owayethi uakwelapha kanti uyakuphambanisela ukuncolisela idlozi kuze likuphendukele likwakhele amashwa izinto zakho zingalungi. Volume: 300g
  • Ibutho lempi elinamandla: elilwa neziphoswa ngazo liyacupha: mazocupha thata inkukhu ebomvu uyifunze lelibutho mese uyigwaza ngezinaliti ngaphansi kwa maphiko mese uyisonta intamo uyibulale, sika kancane izinwele zakho uzifake emlonyeni wenkukhu bese ukhipha inyongo yenkukhu uyifake ebhakedeni elinamanzi elungu 5 litre bese uthela 2 spoon wentelzi Yenqaba Yembube no 2 spoon walelibutho ufake ebakedeni elinyongo bese uya esidulini ufike usivule isiduli ufake inkukhu namakhandlela amabili elimbomvu nelimnayama uwagcobe ngegazi lakho olikhiphe ovalwe bese uyawalayitha amakhandlela womabili usigxamalazele ukhulume uthi bonke ababiza igamalami kabi abangigadlayo nabangitwebulayo akubuyele kubona afunangife akufenyena ongifunayo uzongithola la mase uthatha ibhakede elinenyongo nentelezi nebutho ugezele phekwesiduli uzithele kusuka ekhanda kwehlengomzimba kuyongena esidulini. Bese uyagqoka uhambe ungabheki emuva mafika thatha ikubalo lokuqina leNqaba Yembube ugcabe uqine kuze ungagadleki. Volume: 300g
Go to Top