-
Ibutho lempi elinamandla: elilwa neziphoswa ngazo liyacupha: mazocupha thata inkukhu ebomvu uyifunze lelibutho mese uyigwaza ngezinaliti ngaphansi kwa maphiko mese uyisonta intamo uyibulale, sika kancane izinwele zakho uzifake emlonyeni wenkukhu bese ukhipha inyongo yenkukhu uyifake ebhakedeni elinamanzi elungu 5 litre bese uthela 2 spoon wentelzi Yenqaba Yembube no 2 spoon walelibutho ufake ebakedeni elinyongo bese uya esidulini ufike usivule isiduli ufake inkukhu namakhandlela amabili elimbomvu nelimnayama uwagcobe ngegazi lakho olikhiphe ovalwe bese uyawalayitha amakhandlela womabili usigxamalazele ukhulume uthi bonke ababiza igamalami kabi abangigadlayo nabangitwebulayo akubuyele kubona afunangife akufenyena ongifunayo uzongithola la mase uthatha ibhakede elinenyongo nentelezi nebutho ugezele phekwesiduli uzithele kusuka ekhanda kwehlengomzimba kuyongena esidulini. Bese uyagqoka uhambe ungabheki emuva mafika thatha ikubalo lokuqina leNqaba Yembube ugcabe uqine kuze ungagadleki. Volume: 300g
-
Ikhubalo lokuvala isilwane, leli khubalo elokuvala isilwane, mabelethiswe isilwane esihamba nawe. Isilwane esingena phakathi kwenu manyiya enkonzweni yasekamelweni sinibulale imizwa yokuwenza ucansi nibenenxababo nomlingani wakho noma uyofuna umsebenzi sihamba phambili sifike sivalo inhlanhla yokuthi uthole umsebenzi. Isilwane esithatha imali masebenza ungayiboni kuthi iphelelaphi. Volume: 250g
-
Lentelezi isiza ekulweni nomoya ababhi nabathakathi abulthumela ngemithi emibi ehamba nesilwane esenza ningazwani ekhaya niwumndeni nihlale nixbana nodwa Ibulala imithi emibi abayifaka egcekeni iphindisele isilwane kumnikazi waso Lentelezi yenza ukuthi umuntu okwenza okubi avele obala aphaluluke Iyasiza mawunezitha namemsebenzi ezihlangene ngawe nefuna nkuxoshisa emsebenzini iyazihlakaza izithazakho kuxoshwe zona zixabane zodwa izitha Iyasiza mane nkinga yemali enggahlali esandleni Iyasiza nasemabhizinisini ixosha imoya emibi eval imali. Volume: 300g