• Siyini Isilwane Esithunyelwa Ngephupho Ilapho owesilisa okanye owesifazane ephupha ezithokoszisa ngocansi zaze afike kuvuthondaba, kokunye aphaphame engakafiki. Isikhathi esiningi kuyaye kube umuntu onomona noma imbangi ekuphosa isilwane. Leliphupho liphenduka isilwane ophila naso esihlalele ukudibhiza konke okuhle okuzamayo. Siohenduka isichitho phakathu kwakho nothandana naye nizithole senihlale nixabanajalo kwesinye isikhathi aze akubeke isandla kokunye aphenduka ibhubesi abe nolaka noma nenhlizoyo encane engathi angakuthimisela ngamathe. Avele akunyanye uma nisocansini angakuzwa kahle kwesinye isikhathi akujolelelento exakile. Phela lesilwane sinesikhwele sifuna kubuse sona ingakho imizi eminingi idivosa ubuthaphuthaphu nezithandani ziklukana mihla namalanga. Abanye lesilwane sibenza babe nesikhwele esixakileuma nje wasola into encane usevulela ngenhlamvu noma azibulale noma isithandwa sakho sikuthumele nge court order ukuthi ungbe usasondela eduze kwakhe. Kwabesifazane ubabona ngokuhlala bevuza amanzi esithweni sangasese. Kanti abesilesa basheshe bafike kuvutho ndaba (bakhathale) uma besenkonzweni yasekaamelweni. Volume: 100ml
  • Lamafutha asiza kakhulu uma uhola noma kunemali ophiwe yona kodwa ungaboni ukuthi wenzeni ngayo ivele iphelele ezandleni. Unele nje ungathola imali kuvele kuqhamuke izikweletu esikhaleni eziningi noma kuvele inking ezothatha yona yemali usale ungena lutho kwesinye isikathi ungaze uzitshele ukuthikunomuntu ohlalele ukuthwebula imali yakho noma okulandelayo ongamuboni. Lamafutha akusiza noma kuthiwa imali yakho yavalwa ngemali emnyama base bekucelela kwabakini abangasekho ukuthi noma yini othu uyayizama, ingaphuleli imali ingahlali kuwena ikuphunyuke iphelele ezandleni ukuze uhlupheke noma impilo yakho ime ndawonye. Ngalamafutha uzubona umehluko oyisimanga. Kokunye kuyenzeka ukuthi uxhawulwe umuntu osebenzisa umuthi wokuthi uma nike naxhawulana ayithathe yonke inhlanhla yakho kwesinye isikhathi bagqibe insila yakho nemali emnyama bezama ukukuvala. Volume: 100ml
  • Uthando luvutha umlilo; izimbangani zisala zikhamisile. Angamfisi omunye. Abheke wena wedwa. uGanwe uma ubungakaganwa. Volume: 300g
  • Maz Igezo Lezintombi Unqo

    R89.99
    Lenza owesilisa akhale isimaye maye ubumnandi bocansi - uhlanya ngawe engathi umdlisile - angemfisi omunye umuntu wesifazane - lena owesifazane ashise bhe!! Liqeda namanzi ovuzayo noma anephunga esithweni sangasese - sibuyela engathi asikaze sithintwe (virgin) linyusa nimdlodla kwezoncansi - uma ngaganile uzoshada manje bethanda bengathandi. Volume: 25g
  • "THANDAZA UJULE NJALO NGAPHAMBI KOKUSEBENZISA" Xosha ufufunyane nemimoya yezizwe oshawa ngayo noma owadilswa ngazo xosha imimoya yamabutho ehambisana namaphuphu amabi. Kusala imimoya emihle ehambisana neyamadlozi akini. Volume: 300g
  • Ibutho lempi yezifo elithwebula izifo ezisegazini nasemzimbeni liphinde lisebenze njenge ntelezi egazini nasemzimbeni whako, ekulweni nezifo zimimoya nezokuthelelana kwesizukulwane, nezingabangelwa ukudla esikudlayo nomoya esiwu phefumulayo nezingabangelwa ukugcwala kwe acid egazini. Ibutho liphinde likwenze uthandeke ngokhulanza igazi lakho ube nesikhumba esihle, linamandla. Volume: 500ml
  • "NGABE KUYADLALWA LOWO UZOWOKHOMBA UMUZI UNOTHSWALA" Ingabe usekhale wemuka nesithandwa sakho, wakushiya uncela isithupha. Nawe muvale izinto zakhe zibe mnayama abenesidina namabhadi   Volume: 300g  
  • iThonga lakho likucacise;a Namaphupho akho. Kuvuleka izinto zakho kuba sengathi izinto uzenza ngomlinGo noma uthwele kanti kuVume idlozi lakho. Volume: 300g
  • "WALALA WASALA" TURN YOUR FORTUNE AROUND AND MAKE YOUR DREAMS COME TRUE" Amanzi abusiswe angashintsha impilo yakho ngoshesha asiza kakhulu uma ukhonzen icassino, amahhashi, ilotto, nemincintiswano enhlobonhlobo. Aphinde abe usizo noma ufuna ukuthola umsebenzi noma ukuthuthukisa ibhizinisi lakho likhule ngesivinini. Aphinde akwenze uthandeke emphakathini. Axoha imimoya emibi ekhaya akuvikele nasezitheni zakho. Uma unalamanzi impumelelo isisezandleni zakho wazame manje ageke uzisole Volume: 500ml Volume: 1l
  • Iba nogazi uthaqndwe abantu uphumelele kunoma yini oyifisayo. Noma yini oyenzayo iyagqama. Kugqama elakho wedwa ibhiznisi kuma bhiznisi enibanga nawo endaweni akukhathalekile noma uhlobo luni lwebhiznisi boze bathi uthwelw kanti cha uthole impande yangempela yangempela ungqo. Ngisho ufuna umsebenzi kuzoqama wena phakathi kwabaningi. Ngisho kuthiwa isithandwa sakho sikubhanqe nabantu abaningi kepha sigqanyelwa uwe weswa. Kugqama wena wedwa kumona yini oyenzayo futhi kulula ukuphumelela ngoba uhlezi unenhlanhla ngisho yokuphiwa imali, yokuththukisa ibhizinisi, tokuqashwa. Yokukhushelelwa isikhundla emsebenzini kanye neyokuganwa, ukuthola ama tender, ukuphasa esikoleni, ukuthola itrip ezokuyisa phesheya kwezilwandle wena wena nesi nqanda mathe sakho kokunye ungakhokhanga ngisho i cent. Uthandwa nangabelungu abamhlophe imbala. Ngisho idlozi likubona ukude kuthi noma kade ungavelelwa ingozi lisheshe liyigweme. Ngisho emndenini wakho idlozi ligqanyelwa uwena liza kahle lizokupha izinhlanhla kokunye mhlampe bezicelwe abozalo lakho noma ngayiphi indlela kodwa idlozi lizovele lezonhlanhla lizoziletha kuwe. Lendlela ayinbungozi futhi akudingi ukuthi uze uhlabe ukuze uphumelele. Kuphela nje sikhulumisa impande ikhulume yenze lento oyifisayo. Weight: 350g
  • Noma ngabe uyazi ukuthi unebhadi kawulungelwa lutho, noma babekuphehlela amanzi amnyama noma impilo yakho uyibona ime ndawonye kayikho inqubekela phamb kunokuthi izinto zilunge kepha zonakala kakhulu kunakuqala noma konomthakthi okubophele ukuthi ungalungelwa lutho waze wabheja nokubheja wathi soke sibone noma babekuthathele inhlanhla yakho owazalwa nayo. Ngalamafutha uzowubona umehluko. Inhlanhla yakho ayipheli ngiso bangasonga bagcine labethanda khona. Uzozisholo wena!!!! Volume: 100ml
Go to Top