-
Xosha izilwane. Imimoya embi. Amaphupho amabi. Amathunzi amnyama. Amabhadi amashwa. Yinhle iphinde ikuvikele ezingozini zezimoto. Nokudushulwa. Nokugwazwa. Nanokuba nezitha nje ezingaqondakali. Iphinde ihlanze igceke. Idlozi likwazi ukusondela likulethele amaphupho amahle. Kukhanye bha kwezothando nasempilweni emnandi nempumelelo yanoma yini oyifasyo - kuhle uhlezi unayo ekhaya ukuze uvikeleke ngikuphele. Volume: 100g -
Ibolisa yonke into engalugile eyambelwa egcekeni lakho ngabathakathi ukuze izinto zakho zingalungi ezinjengo (thando nokuthi imali iphelele ezandleni ungakutholi ukujabula). Iphinde ixoshe imimoya emibi. Izilwane, amaphupho amabi, ukucindelezeka ebusuku, ukuqwasha. Iyakwazi futhi ukukulwela nezitha zakho. Ukuba nayo nje ekhaya kuyisibusiso esikhulu ngakho ithole manje. Volume: 100g -
Out of stock
Volume: 100g -
Siyini Isilwane Esithunyelwa Ngephupho Ilapho owesilisa okanye owesifazane ephupha ezithokoszisa ngocansi zaze afike kuvuthondaba, kokunye aphaphame engakafiki. Isikhathi esiningi kuyaye kube umuntu onomona noma imbangi ekuphosa isilwane. Leliphupho liphenduka isilwane ophila naso esihlalele ukudibhiza konke okuhle okuzamayo. Siohenduka isichitho phakathu kwakho nothandana naye nizithole senihlale nixabanajalo kwesinye isikhathi aze akubeke isandla kokunye aphenduka ibhubesi abe nolaka noma nenhlizoyo encane engathi angakuthimisela ngamathe. Avele akunyanye uma nisocansini angakuzwa kahle kwesinye isikhathi akujolelelento exakile. Phela lesilwane sinesikhwele sifuna kubuse sona ingakho imizi eminingi idivosa ubuthaphuthaphu nezithandani ziklukana mihla namalanga. Abanye lesilwane sibenza babe nesikhwele esixakileuma nje wasola into encane usevulela ngenhlamvu noma azibulale noma isithandwa sakho sikuthumele nge court order ukuthi ungbe usasondela eduze kwakhe. Kwabesifazane ubabona ngokuhlala bevuza amanzi esithweni sangasese. Kanti abesilesa basheshe bafike kuvutho ndaba (bakhathale) uma besenkonzweni yasekaamelweni. Volume: 100ml -
Lamafutha asiza kakhulu uma uhola noma kunemali ophiwe yona kodwa ungaboni ukuthi wenzeni ngayo ivele iphelele ezandleni. Unele nje ungathola imali kuvele kuqhamuke izikweletu esikhaleni eziningi noma kuvele inking ezothatha yona yemali usale ungena lutho kwesinye isikathi ungaze uzitshele ukuthikunomuntu ohlalele ukuthwebula imali yakho noma okulandelayo ongamuboni. Lamafutha akusiza noma kuthiwa imali yakho yavalwa ngemali emnyama base bekucelela kwabakini abangasekho ukuthi noma yini othu uyayizama, ingaphuleli imali ingahlali kuwena ikuphunyuke iphelele ezandleni ukuze uhlupheke noma impilo yakho ime ndawonye. Ngalamafutha uzubona umehluko oyisimanga. Kokunye kuyenzeka ukuthi uxhawulwe umuntu osebenzisa umuthi wokuthi uma nike naxhawulana ayithathe yonke inhlanhla yakho kwesinye isikhathi bagqibe insila yakho nemali emnyama bezama ukukuvala. Volume: 100ml