-
Noma ngabe uyazi ukuthi unebhadi kawulungelwa lutho, noma babekuphehlela amanzi amnyama noma impilo yakho uyibona ime ndawonye kayikho inqubekela phamb kunokuthi izinto zilunge kepha zonakala kakhulu kunakuqala noma konomthakthi okubophele ukuthi ungalungelwa lutho waze wabheja nokubheja wathi soke sibone noma babekuthathele inhlanhla yakho owazalwa nayo. Ngalamafutha uzowubona umehluko. Inhlanhla yakho ayipheli ngiso bangasonga bagcine labethanda khona. Uzozisholo wena!!!! Volume: 100ml -
Koze kube nini udlala izimfa mona uyalungisa ngala ngapha ziyamosha ziyabhidliza. Koze kube nini imali yakho iphelela ezinyangeni nakubathandazi uzama ukulungisa izinto zakhoezoniwa ngamasibomu abantu abanomona abangafisi ukukubona uphumelela ujabule abalwa nokukucekela phansi ngazo. Zonke izindlela imvamisa yalabobantu kuba izimbangani zakho ezingafuni ukukubona niphila kakhe nesithandwa sakho noma umdeni wakho bese besebenza izichitho ukuze nihlukane noma uzondwe ngabantu bakuphendukele babe izitha zakho noma uphelelwe umsebenzi ngendlela engaqondakali noma bakuthumelele ngesilwane ukuphazamisa impilo yakho ngifuna ukukutshela ukuthi noma yini abazama ukuyenza kuwena wmbi izo phindela emvu ujengoba injalo noma yini abafisa yenzeke kukwena embi usisongela yena, oqalekisa ibheji elibomvu ozibekela yena ngifisa ukukushela ukuthi namhlanje usuphumile ezingkingeni zanoma uluphi uhlobo lokuhlushwa izimfa mona noma abathakathi wena awenzi lutho ilesisiwasho esezokulwela akunabungozi uzivikelekile. Volume: 1l -
Ukhamba lokubuyisa inhlanhla mawa valwa inhlanhla noma wathwetsulelwa izipho zakho owazalwa nazo ngenhloso yokuthi bafisa ukusebenza ngesiphiwo sakho. ufaka lonke lolukhamba ebhakedeni eluwu 5 litre. Bese abulalal inkikhu emhlophe ufake igazi nenyongo kulolu khamba. Bese faka ishumi lihlale kulolukhamba oluku 5 litre. Ukhanyisa ibani eziwu 4 bese uqunga lolukhamba ukhulume uthi Nina bakomalume nabakithi ngicela ningibuyisele inhlanhla eyavalwa imfamona ezifuna ngingaphumeleli ngicela ningilandele inhlanhla eyathwetsulwa kimi akubuye inhlanhla yemali, inhlanhla yomsebenzi inhlanhla yemfuyo nakhokonke engazalwa ngifukumbethe ningikhanyisele endleleni zami zokuphila emagumbini amane omhlaba ngicela ukhanya ngicela inhlanhla ngiphumelele. Izibani ezisetsenziswayo blue, yellow, green, white. Volume: 250g -
Akudabuli sifo la!! noma ngabe sicashe kangakanani noma kuthiwa eseminyaka noma ngabe sinenkani uma usuthole lelibodlela usuinqobile uzobangumqemane. Yelapha ushukela, amathambo, umhluma, izinyawo ezibu- hlungu, izindlala, izinso, istroke, boost immune system, umzimba omubi, ibuyisa amandla, ukukhohlwa kalula, ukungboni kahle emehlweni, isiyezi, isilungelela, ukujuluka, iphika, yenza uthande nokudla, ibhande, ikhanda elingapheli, ibuyisa - nemizwa. Volume: 1l