• Lamafutha asiza kakhulu uma uhola noma kunemali ophiwe yona kodwa ungaboni ukuthi wenzeni ngayo ivele iphelele ezandleni. Unele nje ungathola imali kuvele kuqhamuke izikweletu esikhaleni eziningi noma kuvele inking ezothatha yona yemali usale ungena lutho kwesinye isikathi ungaze uzitshele ukuthikunomuntu ohlalele ukuthwebula imali yakho noma okulandelayo ongamuboni. Lamafutha akusiza noma kuthiwa imali yakho yavalwa ngemali emnyama base bekucelela kwabakini abangasekho ukuthi noma yini othu uyayizama, ingaphuleli imali ingahlali kuwena ikuphunyuke iphelele ezandleni ukuze uhlupheke noma impilo yakho ime ndawonye. Ngalamafutha uzubona umehluko oyisimanga. Kokunye kuyenzeka ukuthi uxhawulwe umuntu osebenzisa umuthi wokuthi uma nike naxhawulana ayithathe yonke inhlanhla yakho kwesinye isikhathi bagqibe insila yakho nemali emnyama bezama ukukuvala. Volume: 100ml
  • Sangoma’s Siwasho Semali – 300g

    R17.99
    Volume: 300g
  • Sangoma’s Money Dhoop – BOX

    R19.99
    Volume: BOX
  • Siyini Isilwane Esithunyelwa Ngephupho Ilapho owesilisa okanye owesifazane ephupha ezithokoszisa ngocansi zaze afike kuvuthondaba, kokunye aphaphame engakafiki. Isikhathi esiningi kuyaye kube umuntu onomona noma imbangi ekuphosa isilwane. Leliphupho liphenduka isilwane ophila naso esihlalele ukudibhiza konke okuhle okuzamayo. Siohenduka isichitho phakathu kwakho nothandana naye nizithole senihlale nixabanajalo kwesinye isikhathi aze akubeke isandla kokunye aphenduka ibhubesi abe nolaka noma nenhlizoyo encane engathi angakuthimisela ngamathe. Avele akunyanye uma nisocansini angakuzwa kahle kwesinye isikhathi akujolelelento exakile. Phela lesilwane sinesikhwele sifuna kubuse sona ingakho imizi eminingi idivosa ubuthaphuthaphu nezithandani ziklukana mihla namalanga. Abanye lesilwane sibenza babe nesikhwele esixakileuma nje wasola into encane usevulela ngenhlamvu noma azibulale noma isithandwa sakho sikuthumele nge court order ukuthi ungbe usasondela eduze kwakhe. Kwabesifazane ubabona ngokuhlala bevuza amanzi esithweni sangasese. Kanti abesilesa basheshe bafike kuvutho ndaba (bakhathale) uma besenkonzweni yasekaamelweni. Volume: 100ml
  • Isiwasho Samathunzi Amnyama Walala Wasala Turn your forunes now!!! And make your dreams come true... Ithunzi elimnyama liyinduda kakhulu. Lidida ngisho izangoma, izinyanga nabathandazi uqobo. Izimpawu zalo uzibona ngokuthi yonke into othi uyayenza iphelele obala. Akukho nokukodwa okulungayo uma unalo isikhathi esiningi ulandelwa amabhadi, namashwa uze uzibone unsikhwakhwalala. Kanye ungaze uthi into euemuthi ayisebenzi kuwena kwesinye isikhathi uma uwusebenzisa ukusize kulesosikhashana emveni kwalokho izinto zibhede kakhulku kunakuqala athunzi amayama adalwa ikakhulukazi uma kunelanga lomndeni elashonayo wangageza kuba ukushonelwa isoka noma intombi noma umkhwenyana akanye umakoti bese ungagezi. Noma ukuphuuphunyelwa isisu. Noma ukushonelwa ingane encane okanye isihlobo sakho ungazi kokunye lelithunzi kuyenzeka ukuthi kube khona isijlobo sakho noma umkhulu wakho awasala empini ngezikathi zezimpi emandulo, wangageza ithunzi lalomuntu linamanthala kunoma ubani osaphila ukuze qgezelwe uma unalelithunzi ngisho ubudlewane bakho nesithandwa sakho bungashabalala ngisho emesebenzini ugcina ngokuxoshwa uma ukhonzw ukugembula imali yakho icwila icwilile uma ba nebhizinisi liyavaleka kokunye a li gcina ngokuphele kuluke ukuzithola use ngozini yemoto noma yokudubeleka noma ukuboshwa ngeputha noma ukugwaza ngephutha ngoba usuke ulandelwa amashwa. Volume: 1l
Go to Top