-
Noma ngabe uyazi ukuthi unebhadi kawulungelwa lutho, noma babekuphehlela amanzi amnyama noma impilo yakho uyibona ime ndawonye kayikho inqubekela phamb kunokuthi izinto zilunge kepha zonakala kakhulu kunakuqala noma konomthakthi okubophele ukuthi ungalungelwa lutho waze wabheja nokubheja wathi soke sibone noma babekuthathele inhlanhla yakho owazalwa nayo. Ngalamafutha uzowubona umehluko. Inhlanhla yakho ayipheli ngiso bangasonga bagcine labethanda khona. Uzozisholo wena!!!! Volume: 100ml -
Koze kube nini udlala izimfa mona uyalungisa ngala ngapha ziyamosha ziyabhidliza. Koze kube nini imali yakho iphelela ezinyangeni nakubathandazi uzama ukulungisa izinto zakhoezoniwa ngamasibomu abantu abanomona abangafisi ukukubona uphumelela ujabule abalwa nokukucekela phansi ngazo. Zonke izindlela imvamisa yalabobantu kuba izimbangani zakho ezingafuni ukukubona niphila kakhe nesithandwa sakho noma umdeni wakho bese besebenza izichitho ukuze nihlukane noma uzondwe ngabantu bakuphendukele babe izitha zakho noma uphelelwe umsebenzi ngendlela engaqondakali noma bakuthumelele ngesilwane ukuphazamisa impilo yakho ngifuna ukukutshela ukuthi noma yini abazama ukuyenza kuwena wmbi izo phindela emvu ujengoba injalo noma yini abafisa yenzeke kukwena embi usisongela yena, oqalekisa ibheji elibomvu ozibekela yena ngifisa ukukushela ukuthi namhlanje usuphumile ezingkingeni zanoma uluphi uhlobo lokuhlushwa izimfa mona noma abathakathi wena awenzi lutho ilesisiwasho esezokulwela akunabungozi uzivikelekile. Volume: 1l -
Ukhamba lokubuyisa inhlanhla mawa valwa inhlanhla noma wathwetsulelwa izipho zakho owazalwa nazo ngenhloso yokuthi bafisa ukusebenza ngesiphiwo sakho. ufaka lonke lolukhamba ebhakedeni eluwu 5 litre. Bese abulalal inkikhu emhlophe ufake igazi nenyongo kulolu khamba. Bese faka ishumi lihlale kulolukhamba oluku 5 litre. Ukhanyisa ibani eziwu 4 bese uqunga lolukhamba ukhulume uthi Nina bakomalume nabakithi ngicela ningibuyisele inhlanhla eyavalwa imfamona ezifuna ngingaphumeleli ngicela ningilandele inhlanhla eyathwetsulwa kimi akubuye inhlanhla yemali, inhlanhla yomsebenzi inhlanhla yemfuyo nakhokonke engazalwa ngifukumbethe ningikhanyisele endleleni zami zokuphila emagumbini amane omhlaba ngicela ukhanya ngicela inhlanhla ngiphumelele. Izibani ezisetsenziswayo blue, yellow, green, white. Volume: 250g -
Ibutho lempi elinamandla: elilwa neziphoswa ngazo liyacupha: mazocupha thata inkukhu ebomvu uyifunze lelibutho mese uyigwaza ngezinaliti ngaphansi kwa maphiko mese uyisonta intamo uyibulale, sika kancane izinwele zakho uzifake emlonyeni wenkukhu bese ukhipha inyongo yenkukhu uyifake ebhakedeni elinamanzi elungu 5 litre bese uthela 2 spoon wentelzi Yenqaba Yembube no 2 spoon walelibutho ufake ebakedeni elinyongo bese uya esidulini ufike usivule isiduli ufake inkukhu namakhandlela amabili elimbomvu nelimnayama uwagcobe ngegazi lakho olikhiphe ovalwe bese uyawalayitha amakhandlela womabili usigxamalazele ukhulume uthi bonke ababiza igamalami kabi abangigadlayo nabangitwebulayo akubuyele kubona afunangife akufenyena ongifunayo uzongithola la mase uthatha ibhakede elinenyongo nentelezi nebutho ugezele phekwesiduli uzithele kusuka ekhanda kwehlengomzimba kuyongena esidulini. Bese uyagqoka uhambe ungabheki emuva mafika thatha ikubalo lokuqina leNqaba Yembube ugcabe uqine kuze ungagadleki. Volume: 300g -
Akudabuli sifo la!! noma ngabe sicashe kangakanani noma kuthiwa eseminyaka noma ngabe sinenkani uma usuthole lelibodlela usuinqobile uzobangumqemane. Yelapha ushukela, amathambo, umhluma, izinyawo ezibu- hlungu, izindlala, izinso, istroke, boost immune system, umzimba omubi, ibuyisa amandla, ukukhohlwa kalula, ukungboni kahle emehlweni, isiyezi, isilungelela, ukujuluka, iphika, yenza uthande nokudla, ibhande, ikhanda elingapheli, ibuyisa - nemizwa. Volume: 1l