-
Ufuna ukuthandwa uthando ozothandwa ngalo luzoba luningi njengekhekhe lezinyosi luzochichima lube mnandi njengoju lwezinyosi, iphakade lakho ubambo lwakho lwaphakade. Ngisho ufuna nemali eningi kanye nempumelelo kukho konke okwenzayo. Konke kwakhelana mjenge khekhe lezinyosi. Into ephuma lapho kuphuma uju lwezinyosi okuwuthandwa uganwe, ukuthola umsebenzi ophezulu, ama tender anemali eningi, ukugembula, ukuhula kwebandla, ukuyuyhuka kwe bhiznisi.Akuphasa esikoleni, uma u actor noma ungumcili noma umdali wabhola uthandwa udume umhlaba wonke. Njengoba lezinyosi zakhelana ubusuku nemini nezinto zakho ziphindaphindeka kanjalo. Kuyzaiwake ukuthi ngokwesintu esijulile uma uphephe inyosi kuthiwe bewuvakashelwe abadala. Weight: 350g -
Sesyitholile imfihlo enkulu enza abantu abathandanayo ukuthi bahlukane. Sithole ukuthi inkinga enkulu idalwa ukushayisana kwemimoya yabantu abadala abangasekho.Ukushayisana kwayo kwenza abathandanayo baphile ngokuxabana njalo bapethe ngokukuhlukana kwesinye isikathi. Uthando lwakhona luba on and off. Ngo membeso bath salts sikhunga imimoya yabadala bakini abangasekho, siyikhungela ukuthi ihlangane neyabadala abangasekho bakuba kwesithanda sakho (isinqanda mathe sakho) ukuhlangana kwalemimoya kahla kwenza idlozi lakini nelakubo linimbathe kahle. Ngaleyondlela useyoba ngowakho unomphela ngeke uphinde umubange namuntu, uthando luzo vutha amalangabi, ugane uma ubungagwaniwe, ungakwazi nokuthola abantwana uma bunga batholi, ayikhoinhlobo yemali angeke akuphe yona ngisho impatho emnandi izobuzwa lakuwe. Weight: 350g -
Umcebo ushesha njengamagundwane emali. Uma khonze ukugembula, ukufuna umsebenzi, ukuthuthukisa ibhizinisi lakho imali ingene ibe ningi, ukuthandeka nomakuthandwa ngabantu, ukuganwa, ukukhushulelwa esikhundleni esikhundleni esiphezulu, ukuba nemali eningi engapheli. Ngale bath salts izinto zakho zishesha njegamagundwane. Ngakho ke sekuyisikhathi sokuthi uhlukane nokuhlupheka UPHILE IMPILO EMNAND nentofontofo. Le bath salts uthakwe nangama khambi ajulile ase malawi kwi village yase Phalombe eduze nentabakazi yezimanga ebizwa ngokuthi isemulanje lapho ukwenziwa khona imilongo yangempela. Le bath salts izovula zonke izinhlanhla zakho owawuzalwe naz. Baphinde nabakini abangasekho kanye nabakomalume wakho bedlulisele kuwe izinhlanhla zabo abanazo besaphila sekukuwe ukuthi wenzani ngemali abazokupha yona njengoba konke kuzobe kushesha futhi kuphithizela njengamagundane emali. Umehluko lana akunagundane ozolifuya. Futhi asikuthwalisi inkolo yakho noma ngabe ungu mkrestu noma ukhonza kweiliphi ibandla noma usebenza ngamakhambi. Noma gabe ufuna ibandla lakho ligcwale noma ebhizinisi lakho kuphitizele noma unehlangano ufuna kujoyine abantu abaningi. Ungasweli umsila ngokuyalezela yithole manje le bath salts ushintshe impilo yakho. Weight: 350g -
Xosha izilwane. Imimoya embi. Amaphupho amabi. Amathunzi amnyama. Amabhadi amashwa. Yinhle iphinde ikuvikele ezingozini zezimoto. Nokudushulwa. Nokugwazwa. Nanokuba nezitha nje ezingaqondakali. Iphinde ihlanze igceke. Idlozi likwazi ukusondela likulethele amaphupho amahle. Kukhanye bha kwezothando nasempilweni emnandi nempumelelo yanoma yini oyifasyo - kuhle uhlezi unayo ekhaya ukuze uvikeleke ngikuphele. Volume: 100g