-
Lamafutha asiza kakhulu uma uhola noma kunemali ophiwe yona kodwa ungaboni ukuthi wenzeni ngayo ivele iphelele ezandleni. Unele nje ungathola imali kuvele kuqhamuke izikweletu esikhaleni eziningi noma kuvele inking ezothatha yona yemali usale ungena lutho kwesinye isikathi ungaze uzitshele ukuthikunomuntu ohlalele ukuthwebula imali yakho noma okulandelayo ongamuboni. Lamafutha akusiza noma kuthiwa imali yakho yavalwa ngemali emnyama base bekucelela kwabakini abangasekho ukuthi noma yini othu uyayizama, ingaphuleli imali ingahlali kuwena ikuphunyuke iphelele ezandleni ukuze uhlupheke noma impilo yakho ime ndawonye. Ngalamafutha uzubona umehluko oyisimanga. Kokunye kuyenzeka ukuthi uxhawulwe umuntu osebenzisa umuthi wokuthi uma nike naxhawulana ayithathe yonke inhlanhla yakho kwesinye isikhathi bagqibe insila yakho nemali emnyama bezama ukukuvala. Volume: 100ml -
Noma ngabe uyazi ukuthi unebhadi kawulungelwa lutho, noma babekuphehlela amanzi amnyama noma impilo yakho uyibona ime ndawonye kayikho inqubekela phamb kunokuthi izinto zilunge kepha zonakala kakhulu kunakuqala noma konomthakthi okubophele ukuthi ungalungelwa lutho waze wabheja nokubheja wathi soke sibone noma babekuthathele inhlanhla yakho owazalwa nayo. Ngalamafutha uzowubona umehluko. Inhlanhla yakho ayipheli ngiso bangasonga bagcine labethanda khona. Uzozisholo wena!!!! Volume: 100ml -
Siyini Isilwane Esithunyelwa Ngephupho Ilapho owesilisa okanye owesifazane ephupha ezithokoszisa ngocansi zaze afike kuvuthondaba, kokunye aphaphame engakafiki. Isikhathi esiningi kuyaye kube umuntu onomona noma imbangi ekuphosa isilwane. Leliphupho liphenduka isilwane ophila naso esihlalele ukudibhiza konke okuhle okuzamayo. Siohenduka isichitho phakathu kwakho nothandana naye nizithole senihlale nixabanajalo kwesinye isikhathi aze akubeke isandla kokunye aphenduka ibhubesi abe nolaka noma nenhlizoyo encane engathi angakuthimisela ngamathe. Avele akunyanye uma nisocansini angakuzwa kahle kwesinye isikhathi akujolelelento exakile. Phela lesilwane sinesikhwele sifuna kubuse sona ingakho imizi eminingi idivosa ubuthaphuthaphu nezithandani ziklukana mihla namalanga. Abanye lesilwane sibenza babe nesikhwele esixakileuma nje wasola into encane usevulela ngenhlamvu noma azibulale noma isithandwa sakho sikuthumele nge court order ukuthi ungbe usasondela eduze kwakhe. Kwabesifazane ubabona ngokuhlala bevuza amanzi esithweni sangasese. Kanti abesilesa basheshe bafike kuvutho ndaba (bakhathale) uma besenkonzweni yasekaamelweni. Volume: 100ml -
Usebenza njengsimonyo ukwenza ube nogazi uthandeke, ubenezinhlanhla ngayozonke indlela ngisho nokuthola umsebenzi. Uqobho nokuganwa, uyahlonipheka futhi- izinto ezimbi azisomdeli kuwena uyakuvikela wenza impilo yakho ibe lula futhi ibe mnandi. Ushisa nezilonda namabala amabi emzimbeni wakho. Ukwenza ubukekemuhle ngokudlule isithandwa sakho simamatheka sodwa uma siseduze kwakho uma, ungekho eduze kwaso sifisa ukukufonela umzuzu nomzuzu ngenxa yenkumbulo. Uma bese sibalekile sizobuya!!! Volume: 100ml -
Ufuna ukuthandwa uthando ozothandwa ngalo luzoba luningi njengekhekhe lezinyosi luzochichima lube mnandi njengoju lwezinyosi, iphakade lakho ubambo lwakho lwaphakade. Ngisho ufuna nemali eningi kanye nempumelelo kukho konke okwenzayo. Konke kwakhelana mjenge khekhe lezinyosi. Into ephuma lapho kuphuma uju lwezinyosi okuwuthandwa uganwe, ukuthola umsebenzi ophezulu, ama tender anemali eningi, ukugembula, ukuhula kwebandla, ukuyuyhuka kwe bhiznisi.Akuphasa esikoleni, uma u actor noma ungumcili noma umdali wabhola uthandwa udume umhlaba wonke. Njengoba lezinyosi zakhelana ubusuku nemini nezinto zakho ziphindaphindeka kanjalo. Kuyzaiwake ukuthi ngokwesintu esijulile uma uphephe inyosi kuthiwe bewuvakashelwe abadala. Weight: 350g -
Uma ufisa ukuphila kamnandi othandweni ushaywe umoya omnandi isithandwa sakho kube esakho wedwa ngisho ngabe asikho eduze kwakho lesisiwasho sikwenza ukhululeke ugcwale ubhavu. Akukho mfihlo azobanayo yonke into uzokutshela njengoba injalo ngoba lesiwasho siyagobana. Uma sisibongela sithi inyokana ehlazaza uma bona abulawe ithambo elihlaba elihlaba elimzondayo umgobi wezinsizwa nezintokazi ezingaziphethe kahle, laisithandwa sakho sizolunga siqonde thwi siziphathe khale unomphela. Ngakho hlukana nokudlala abanakwenumuntu wakho kuzoba umuntu wakho wedwa. Futho ngeke akugangele akabe esamucabanga omuye umuntu. Lesiwasho singkusiza kakhulu nokuthi ukuqala umndeni wakho umusha ofudumele. Weight: 350g