• Maz Fodo Finish – 300g

    R44.99
    Directions: 1 spoon ufake emanzini abilayo uphalaze. Take 2 spoon ufake emanzini afudumele ozogeza ngawo. Take 3 spoon ufake emanzini ozogquma ngawo ayina mibandela ungayisebenzisa noma inini. Volume: 300g
  • Maz Bath Salt Induku Yempi – 300g

    R39.99
    Induku Yempi Bazoyidela Inkani Shaya izitha nabathakathi nezimfamona, nomuntu okudla izithende ngokuthathela isinqanda mathe sakho (Impinda MShaye) Volume: 300g
  • Maz Isimonyo – 15ml

    R39.99
    Sisbenza ekutheni uthandwe ngabantu ikakhulukazi isithandwa sakho. Lena indlela elula yokwehlisa isithandwa sakho ulaka. Okunye abantu oxabene nabo. Kuba kuhle ukuthi uhlezi usigcobile ukuze sihlalesikulangazelela. Volume: 15ml
  • Maz Idliso Locansi

    R109.99
    Bamba isithandwa sakho singanyakazi singayi ndawa ngokuthi usidlise ngedlela emnandi ewuthula msindo ezwe wena wedwa. Volume: 50g
  • Maz Bath Salt Inhlanhla

    R39.99
    Inhlanhla Bath Salt Ukuthola Umsebenzi, uku Gembula, ukukhushelelwa Esikhundleni, Ukuba Nogazi uthandeke, uhlonishwe. Volume: 300g
  • Isibambelelo Sothando Niba amathe nolimu Akezwa mshini uHlanya ngawe adele konke Volume: 300g
  • Maz Imphepho Yamawele Yemimoya

    R39.99
    Ucwaningo luveza ukuthi iningi labantu elasalwa lembethe linemimoya. Okuyiyona evame ukubamba izinto zingacaci. Nasoke isixazululo lempepho iqonda ngqo edlozini lakomalume. Konke okucelayo uma ushisa lempepho kusheshe kuzwakale ithandazelwe yabusiswa u Dr Musa Zulu. Volume: BUNCH
  • Isiwasho Samathunzi Amnyama Walala Wasala Turn your forunes now!!! And make your dreams come true... Ithunzi elimnyama liyinduda kakhulu. Lidida ngisho izangoma, izinyanga nabathandazi uqobo. Izimpawu zalo uzibona ngokuthi yonke into othi uyayenza iphelele obala. Akukho nokukodwa okulungayo uma unalo isikhathi esiningi ulandelwa amabhadi, namashwa uze uzibone unsikhwakhwalala. Kanye ungaze uthi into euemuthi ayisebenzi kuwena kwesinye isikhathi uma uwusebenzisa ukusize kulesosikhashana emveni kwalokho izinto zibhede kakhulku kunakuqala athunzi amayama adalwa ikakhulukazi uma kunelanga lomndeni elashonayo wangageza kuba ukushonelwa isoka noma intombi noma umkhwenyana akanye umakoti bese ungagezi. Noma ukuphuuphunyelwa isisu. Noma ukushonelwa ingane encane okanye isihlobo sakho ungazi kokunye lelithunzi kuyenzeka ukuthi kube khona isijlobo sakho noma umkhulu wakho awasala empini ngezikathi zezimpi emandulo, wangageza ithunzi lalomuntu linamanthala kunoma ubani osaphila ukuze qgezelwe uma unalelithunzi ngisho ubudlewane bakho nesithandwa sakho bungashabalala ngisho emesebenzini ugcina ngokuxoshwa uma ukhonzw ukugembula imali yakho icwila icwilile uma ba nebhizinisi liyavaleka kokunye a li gcina ngokuphele kuluke ukuzithola use ngozini yemoto noma yokudubeleka noma ukuboshwa ngeputha noma ukugwaza ngephutha ngoba usuke ulandelwa amashwa. Volume: 1l
  • Siyini Isilwane Esithunyelwa Ngephupho Ilapho owesilisa okanye owesifazane ephupha ezithokoszisa ngocansi zaze afike kuvuthondaba, kokunye aphaphame engakafiki. Isikhathi esiningi kuyaye kube umuntu onomona noma imbangi ekuphosa isilwane. Leliphupho liphenduka isilwane ophila naso esihlalele ukudibhiza konke okuhle okuzamayo. Siohenduka isichitho phakathu kwakho nothandana naye nizithole senihlale nixabanajalo kwesinye isikhathi aze akubeke isandla kokunye aphenduka ibhubesi abe nolaka noma nenhlizoyo encane engathi angakuthimisela ngamathe. Avele akunyanye uma nisocansini angakuzwa kahle kwesinye isikhathi akujolelelento exakile. Phela lesilwane sinesikhwele sifuna kubuse sona ingakho imizi eminingi idivosa ubuthaphuthaphu nezithandani ziklukana mihla namalanga. Abanye lesilwane sibenza babe nesikhwele esixakileuma nje wasola into encane usevulela ngenhlamvu noma azibulale noma isithandwa sakho sikuthumele nge court order ukuthi ungbe usasondela eduze kwakhe. Kwabesifazane ubabona ngokuhlala bevuza amanzi esithweni sangasese. Kanti abesilesa basheshe bafike kuvutho ndaba (bakhathale) uma besenkonzweni yasekaamelweni. Volume: 100ml
  • Lamafutha asiza kakhulu uma uhola noma kunemali ophiwe yona kodwa ungaboni ukuthi wenzeni ngayo ivele iphelele ezandleni. Unele nje ungathola imali kuvele kuqhamuke izikweletu esikhaleni eziningi noma kuvele inking ezothatha yona yemali usale ungena lutho kwesinye isikathi ungaze uzitshele ukuthikunomuntu ohlalele ukuthwebula imali yakho noma okulandelayo ongamuboni. Lamafutha akusiza noma kuthiwa imali yakho yavalwa ngemali emnyama base bekucelela kwabakini abangasekho ukuthi noma yini othu uyayizama, ingaphuleli imali ingahlali kuwena ikuphunyuke iphelele ezandleni ukuze uhlupheke noma impilo yakho ime ndawonye. Ngalamafutha uzubona umehluko oyisimanga. Kokunye kuyenzeka ukuthi uxhawulwe umuntu osebenzisa umuthi wokuthi uma nike naxhawulana ayithathe yonke inhlanhla yakho kwesinye isikhathi bagqibe insila yakho nemali emnyama bezama ukukuvala. Volume: 100ml
  • Uthando luvutha umlilo; izimbangani zisala zikhamisile. Angamfisi omunye. Abheke wena wedwa. uGanwe uma ubungakaganwa. Volume: 300g
  • Maz Igezo Lezintombi Unqo

    R109.99
    Lenza owesilisa akhale isimaye maye ubumnandi bocansi - uhlanya ngawe engathi umdlisile - angemfisi omunye umuntu wesifazane - lena owesifazane ashise bhe!! Liqeda namanzi ovuzayo noma anephunga esithweni sangasese - sibuyela engathi asikaze sithintwe (virgin) linyusa nimdlodla kwezoncansi - uma ngaganile uzoshada manje bethanda bengathandi. Volume: 25g
  • "THANDAZA UJULE NJALO NGAPHAMBI KOKUSEBENZISA" Xosha ufufunyane nemimoya yezizwe oshawa ngayo noma owadilswa ngazo xosha imimoya yamabutho ehambisana namaphuphu amabi. Kusala imimoya emihle ehambisana neyamadlozi akini. Volume: 300g
  • Ibutho lempi yezifo elithwebula izifo ezisegazini nasemzimbeni liphinde lisebenze njenge ntelezi egazini nasemzimbeni whako, ekulweni nezifo zimimoya nezokuthelelana kwesizukulwane, nezingabangelwa ukudla esikudlayo nomoya esiwu phefumulayo nezingabangelwa ukugcwala kwe acid egazini. Ibutho liphinde likwenze uthandeke ngokhulanza igazi lakho ube nesikhumba esihle, linamandla. Volume: 500ml
  • "NGABE KUYADLALWA LOWO UZOWOKHOMBA UMUZI UNOTHSWALA" Ingabe usekhale wemuka nesithandwa sakho, wakushiya uncela isithupha. Nawe muvale izinto zakhe zibe mnayama abenesidina namabhadi   Volume: 300g  
  • "WALALA WASALA" TURN YOUR FORTUNE AROUND AND MAKE YOUR DREAMS COME TRUE" Amanzi abusiswe angashintsha impilo yakho ngoshesha asiza kakhulu uma ukhonzen icassino, amahhashi, ilotto, nemincintiswano enhlobonhlobo. Aphinde abe usizo noma ufuna ukuthola umsebenzi noma ukuthuthukisa ibhizinisi lakho likhule ngesivinini. Aphinde akwenze uthandeke emphakathini. Axoha imimoya emibi ekhaya akuvikele nasezitheni zakho. Uma unalamanzi impumelelo isisezandleni zakho wazame manje ageke uzisole Volume: 500ml Volume: 1l
  • iThonga lakho likucacise;a Namaphupho akho. Kuvuleka izinto zakho kuba sengathi izinto uzenza ngomlinGo noma uthwele kanti kuVume idlozi lakho. Volume: 300g
  • Iba nogazi uthaqndwe abantu uphumelele kunoma yini oyifisayo. Noma yini oyenzayo iyagqama. Kugqama elakho wedwa ibhiznisi kuma bhiznisi enibanga nawo endaweni akukhathalekile noma uhlobo luni lwebhiznisi boze bathi uthwelw kanti cha uthole impande yangempela yangempela ungqo. Ngisho ufuna umsebenzi kuzoqama wena phakathi kwabaningi. Ngisho kuthiwa isithandwa sakho sikubhanqe nabantu abaningi kepha sigqanyelwa uwe weswa. Kugqama wena wedwa kumona yini oyenzayo futhi kulula ukuphumelela ngoba uhlezi unenhlanhla ngisho yokuphiwa imali, yokuththukisa ibhizinisi, tokuqashwa. Yokukhushelelwa isikhundla emsebenzini kanye neyokuganwa, ukuthola ama tender, ukuphasa esikoleni, ukuthola itrip ezokuyisa phesheya kwezilwandle wena wena nesi nqanda mathe sakho kokunye ungakhokhanga ngisho i cent. Uthandwa nangabelungu abamhlophe imbala. Ngisho idlozi likubona ukude kuthi noma kade ungavelelwa ingozi lisheshe liyigweme. Ngisho emndenini wakho idlozi ligqanyelwa uwena liza kahle lizokupha izinhlanhla kokunye mhlampe bezicelwe abozalo lakho noma ngayiphi indlela kodwa idlozi lizovele lezonhlanhla lizoziletha kuwe. Lendlela ayinbungozi futhi akudingi ukuthi uze uhlabe ukuze uphumelele. Kuphela nje sikhulumisa impande ikhulume yenze lento oyifisayo. Weight: 350g
  • Noma ngabe uyazi ukuthi unebhadi kawulungelwa lutho, noma babekuphehlela amanzi amnyama noma impilo yakho uyibona ime ndawonye kayikho inqubekela phamb kunokuthi izinto zilunge kepha zonakala kakhulu kunakuqala noma konomthakthi okubophele ukuthi ungalungelwa lutho waze wabheja nokubheja wathi soke sibone noma babekuthathele inhlanhla yakho owazalwa nayo. Ngalamafutha uzowubona umehluko. Inhlanhla yakho ayipheli ngiso bangasonga bagcine labethanda khona. Uzozisholo wena!!!! Volume: 100ml
  • Isikhafulo samaphiko enkukhu - Sisebenza ukubuyisa isithandwa sakho uma senahlukana. Kanti futhi ungasisebenzisa uma usola ukhuti uyakujolela ukuze angayi ndawo. Ahlale engowakho nize nakhe umndeni. Volume: 25g
  • Koze kube nini udlala izimfa mona uyalungisa ngala ngapha ziyamosha ziyabhidliza. Koze kube nini imali yakho iphelela ezinyangeni nakubathandazi uzama ukulungisa izinto zakhoezoniwa ngamasibomu abantu abanomona abangafisi ukukubona uphumelela ujabule abalwa nokukucekela phansi ngazo. Zonke izindlela imvamisa yalabobantu kuba izimbangani zakho ezingafuni ukukubona niphila kakhe nesithandwa sakho noma umdeni wakho bese besebenza izichitho ukuze nihlukane noma uzondwe ngabantu bakuphendukele babe izitha zakho noma uphelelwe umsebenzi ngendlela engaqondakali noma bakuthumelele ngesilwane ukuphazamisa impilo yakho ngifuna ukukutshela ukuthi noma yini  abazama ukuyenza kuwena wmbi izo phindela emvu ujengoba injalo noma yini abafisa yenzeke kukwena embi usisongela yena, oqalekisa ibheji elibomvu ozibekela yena ngifisa ukukushela ukuthi namhlanje usuphumile ezingkingeni zanoma uluphi uhlobo lokuhlushwa izimfa mona noma abathakathi wena awenzi lutho ilesisiwasho esezokulwela akunabungozi uzivikelekile. Volume: 1l
  • Maz Inqama – 1l

    R89.99
    Akudabuli sifo la!! noma ngabe sicashe kangakanani noma kuthiwa eseminyaka noma ngabe sinenkani uma usuthole lelibodlela usuinqobile uzobangumqemane. Yelapha ushukela, amathambo, umhluma, izinyawo ezibu- hlungu, izindlala, izinso, istroke, boost immune system, umzimba omubi, ibuyisa amandla, ukukhohlwa kalula, ukungboni kahle emehlweni, isiyezi, isilungelela, ukujuluka, iphika, yenza uthande nokudla, ibhande, ikhanda elingapheli, ibuyisa - nemizwa. Volume: 1l
  • Isikafulo sefoni - Le indlela elula yokubuyisa isithandwa sakho uma nje nisafonela (nisaxxoxa). Mhlawumpe nixatshaniswa into engekho wase eyakuduba. Siyakusiza ukuthi akukhumbule masinyane abuye eze kwena. Noma ningaxbene ungahlale usisebenzisa. Volume: 25g
  • Maz Uthando No1

    R109.99
    Luyisi Bambelelo sothando. Umubamba ngqi Lenza ushise bhe kowakwakho. Uvuthe amalangabi. Livusela nemizwa ubabe ekamelweni ongathi otinyelwe izikhonkwane. Niba nomandla nobabi omngalisayo niyithokozele ngokufana inkonzo yasekamelweni. Nifike kanye kanyenakuvuthondaba. Isithi sakho sangasese siqina sibe uGodo. Somekwe engathi asikaze sithintwe ngumuntu. Ongazi angafunga ukuthi useyintombi nto. Owelilisa wakho ngeke aphinde abeleke noma aqonywe ngezinye izintombi. Uma ethi uzama ukuyolala nezinye izintombazane induku yakhe izovele ikathele. Angcine ngokubuka kuphela. Kodwa umaseza kuwena iyovuka qinqo. Ngeke aphinde amuzwe omunye umuntu ngaphandle kwakho ngako qinisa uthando iwenu. Ngo Thando No1 Volume: 30g
  • Isiwasho Sothando Uthando Luvutha bhe!! Nize nigugelane engowakho wedwa. Ushada bethanda bengathandi uma ubungakashadi. (Osta bhako noma izimbanigizakho) Basala bencela izithupha. Silungele ukusetshenziswa abesilisa nabesi fazane. Niphila kamnandi. Volume: 1l
  • Usebenza njengsimonyo ukwenza ube nogazi uthandeke, ubenezinhlanhla ngayozonke indlela ngisho nokuthola umsebenzi. Uqobho nokuganwa, uyahlonipheka futhi- izinto ezimbi azisomdeli kuwena uyakuvikela wenza impilo yakho ibe lula futhi ibe mnandi. Ushisa nezilonda namabala amabi emzimbeni wakho. Ukwenza ubukekemuhle ngokudlule isithandwa sakho simamatheka sodwa uma siseduze kwakho uma, ungekho eduze kwaso sifisa ukukufonela umzuzu nomzuzu ngenxa yenkumbulo. Uma bese sibalekile sizobuya!!! Volume: 100ml
  • Iziehitho. Izilwane. Imimoya Emibi. Amaphupho amabi. Ukutwetshulwa. Umeqo. Impundulo. Ukuthunyelwa ngezulu. Ukucindezeleka. Izibengu. Abathukathi. Izimfamona konke lokho kuyaphebezeka. Kugwemka nezingozi. Volume: 100g
  • Ufuna ukuthandwa uthando ozothandwa ngalo luzoba luningi njengekhekhe lezinyosi luzochichima lube mnandi njengoju lwezinyosi, iphakade lakho ubambo lwakho lwaphakade. Ngisho ufuna nemali eningi kanye nempumelelo kukho konke okwenzayo. Konke kwakhelana mjenge khekhe lezinyosi. Into ephuma lapho kuphuma uju lwezinyosi okuwuthandwa uganwe, ukuthola umsebenzi ophezulu, ama tender anemali eningi, ukugembula, ukuhula kwebandla, ukuyuyhuka kwe bhiznisi.Akuphasa esikoleni, uma u actor noma ungumcili noma umdali wabhola uthandwa udume umhlaba wonke. Njengoba lezinyosi zakhelana ubusuku nemini nezinto zakho ziphindaphindeka kanjalo. Kuyzaiwake ukuthi ngokwesintu esijulile uma uphephe inyosi kuthiwe bewuvakashelwe abadala. Weight: 350g
  • Sesyitholile imfihlo enkulu enza abantu abathandanayo ukuthi bahlukane. Sithole ukuthi inkinga enkulu idalwa ukushayisana kwemimoya yabantu abadala abangasekho.Ukushayisana kwayo kwenza abathandanayo baphile ngokuxabana njalo bapethe ngokukuhlukana kwesinye isikathi. Uthando lwakhona luba on and off. Ngo membeso bath salts sikhunga imimoya yabadala bakini abangasekho, siyikhungela ukuthi ihlangane neyabadala abangasekho bakuba kwesithanda sakho (isinqanda mathe sakho) ukuhlangana kwalemimoya kahla kwenza idlozi lakini nelakubo linimbathe kahle. Ngaleyondlela useyoba ngowakho unomphela ngeke uphinde umubange namuntu, uthando luzo vutha amalangabi, ugane uma ubungagwaniwe, ungakwazi nokuthola abantwana uma bunga batholi, ayikhoinhlobo yemali angeke akuphe yona ngisho impatho emnandi izobuzwa lakuwe. Weight: 350g
  • Umcebo ushesha njengamagundwane emali. Uma khonze ukugembula, ukufuna umsebenzi, ukuthuthukisa ibhizinisi lakho imali ingene ibe ningi, ukuthandeka nomakuthandwa ngabantu, ukuganwa, ukukhushulelwa esikhundleni esikhundleni esiphezulu, ukuba nemali eningi engapheli. Ngale bath salts izinto zakho zishesha njegamagundwane. Ngakho ke sekuyisikhathi sokuthi uhlukane nokuhlupheka UPHILE IMPILO EMNAND nentofontofo. Le bath salts uthakwe nangama khambi ajulile ase malawi kwi village yase Phalombe eduze nentabakazi yezimanga ebizwa ngokuthi isemulanje lapho ukwenziwa khona imilongo yangempela. Le bath salts izovula zonke izinhlanhla zakho owawuzalwe naz. Baphinde nabakini abangasekho kanye nabakomalume wakho bedlulisele kuwe izinhlanhla zabo abanazo besaphila sekukuwe ukuthi wenzani ngemali abazokupha yona njengoba konke kuzobe kushesha futhi kuphithizela njengamagundane emali. Umehluko lana akunagundane ozolifuya. Futhi asikuthwalisi inkolo yakho noma ngabe ungu mkrestu noma ukhonza kweiliphi ibandla noma usebenza ngamakhambi. Noma gabe ufuna ibandla lakho ligcwale noma ebhizinisi lakho kuphitizele noma unehlangano ufuna kujoyine abantu abaningi. Ungasweli umsila ngokuyalezela yithole manje le bath salts ushintshe impilo yakho. Weight: 350g
  • Xosha izilwane. Imimoya embi. Amaphupho amabi. Amathunzi amnyama. Amabhadi amashwa. Yinhle iphinde ikuvikele ezingozini zezimoto. Nokudushulwa. Nokugwazwa. Nanokuba nezitha nje ezingaqondakali. Iphinde ihlanze igceke. Idlozi likwazi ukusondela likulethele amaphupho amahle. Kukhanye bha kwezothando nasempilweni emnandi nempumelelo yanoma yini oyifasyo - kuhle uhlezi unayo ekhaya ukuze uvikeleke ngikuphele. Volume: 100g
  • Maz Inthando Ya Pansi

    R449.99
    Lesi isikhonkwane obethela ngaso isithandwa sakho. Ukuze kube uwe ungasibangi namuntu. Uthando lukhula ngokushesha nsukuzonke. Lomuthi utidliso laphansi okumele isithandwa sakho siweqebese kyqala ungalokuthi umdlisile ngaphezulu. Usebenza njengomeqo. Uyeqiwa kuphela umanje eke weqa lapho umvuvuzele khona usumunqobile usezozwa wena unomphelo uthando iwenu lube mnandi. Ushade nokushada uma ubungashadile usetsheziswa abesilisa nabesifazane. Volume: 25g
Go to Top